395px

Thando Lwakhe (feat. Thukuthela & GL_Ceejay)

JAZZWRLD

Noma s'ngahlukana namhlanje darli wami
Indawo yakho iyohlez' ikhona
Noma s'ngahlukana namhlanje darli wami
Enhliz'weni yam' uyohlezi ukhona
Noma s'ngahlukana namhlanje darli wami
Indawo yakho iyohlez' ikhona
Noma s'ngahlukana namhlanje darli wami
Enhliz'weni yam' uyohlezi ukhona

Ngishintshwa wu thando lwakho
Ay' ngoba mang' nawe ng'phenduka ingane my darli
Ngashiy'wa wu baba ngisem'ncane
Ay' ngoba mang' nawe ng'khohlwa ngaz' iinkinga my darli
Ngishintshwa wu thando lwakho
Ayi ngoba mang' nawe ng'phenduka ingane my darli
Ngashiy'wa wu baba ngisem'ncane
Ayi ngoba mang' nawe kuphela zonke iinkinga my darli
Ngishintshwa wu thando lwakho
Ayi ngoba mang' nawe ngiphenduka ingane my darli
Ngashiy'wa wu baba ngisem'ncane
Ayi ngoba mang' nawe ngikhohlwa ngaz' iinkinga my darli
Aw darli sthandwa sami
Mina ngingo wakho
Nawe ungowami my darli

Sinje ngamathe nolimi, wena bambo lwami
Soze ngikushiye my darli
Hey' my darli sthandwa sami
Mina ngingo wakho, nawe ungowami my darli
Sinje ngamathe nolimi, wena bambo lwami
Soze ngikushiyе my darli

Yeh-yeh-yeh, mhm
Sthandwa sam' uyang'biza
Yеh-yeh-yeh-yeh-yey'
Langa l'yoshon' emini
Woh-woh-woh-woh-woh-woh-woh-woh-woh yeh
Langa l'yoshon' emini
Yeh-yeh-yeh
Ooh yeyi
Sthandwa sam' uyang'biza
Yeh-yeh-yeh-yeh-yey
ILanga l'yoshon' emini

Ngishintshwa wu thando lwakho
Ay' ngoba mang' nawe ng'phenduka ingane my darli
Ngashiy'wa wu baba ngisem'ncane
Ay' ngoba mang' nawe ng'khohlwa ngaz' iinkinga my darli
Ngishintshwa wu thando lwakho
Ay' ngoba mang' nawe ng'phenduka ingane my darli
Ngashiy'wa wu baba ngisem'ncane
Ay' ngoba mang' nawe ng'khohlwa ngaz' iinkinga my darli

Composição: Thukuthela, Jazzwrld, Gl_ceejay