Loshona Nini

Kelly Khumalo

Ngangi ney'nkinga zam'
Ng'susha dlal' umanga
Manga business uhubu
L'kabhejane
Njalo beng'thembis' izulu
Nomhlaba kanti bafun' ukuwis'
Ibusiness ukuthi mina nje
Bengingaz'

Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha
Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha

Awu awu
Loshona nin' ilanga
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sekphelile uk'ganga
Awu awu
Loshona nin' ilanga
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sekphelile uk'ganga

Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga

Kwashon' amalanga
Nensuku zahamba
Kant' umuntu uhleli
Nemamba
Kwavulek' amehlo yo
Izitha zalamba
Ngeke ng'phinde
Ng'phinde ng'lahle

Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha
Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha

Awu Awu
Loshona nin' ilang
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sek'phelile uk'ganga
Awu Awu
Loshona nin' ilang
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sek'phelile uk'ganga

Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga


Comentários

Envie dúvidas, explicações e curiosidades sobre a letra

0 / 500

Faça parte  dessa comunidade 

Tire dúvidas sobre idiomas, interaja com outros fãs de Kelly Khumalo e vá além da letra da música.

Conheça o Letras Academy

Enviar para a central de dúvidas?

Dúvidas enviadas podem receber respostas de professores e alunos da plataforma.

Fixe este conteúdo com a aula:

0 / 500

Opções de seleção