Faça login para habilitar sua assinatura e dê adeus aos anúncios

Fazer login
exibições de letras 957

Putsununu (feat. Q-Twins)

Mduduzi Ncube

Konke engikudingayo kuwe kuphelele
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle
Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (ifuna wena wedwa)
Kanti nothando lwami uhlale lubusa ngawe (ngifuna wena wedwa)
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (ngifuna wena wedwa)
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye (ngifuna wena wedwa)

Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele (dingayo kuphelele)
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (nginalo)

Sthandwa sami, yazi mawungekho eduze kwami ngiyaphambana
Ngoba uthando lwakho luhlala luhlezi njalo
Noma nini sthandwa ubusuku nemini oh yeah
Ngitshela abazondi babuka lesimo mina ngikhethe wena
Ngifune zitori uthando luyaphila xa useduze kwami
Darling wami ngiyakutshela loluthando olwamampela
Awuu, noma nini ngingakufela
Awuu, ngikuthanda okwamampela

Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (ifuna wena wedwa)
Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe (ngifuna wena wedwa)
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (ngifuna wena wedwa)
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunge (ngifuna wena wedwa)

Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele (dingayo kuphelele)
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (dingayo)

Papa puni, my love is so big for you
You making my mind go spinning for you
You making my heart go pupupu
My love is really for you
Ungivale amenhlo angiboni omunye ngaphandle kwakho
Mami ngifuna wena wedwa
Ngifuna wena wedwa sthandwa
Ngifuna wena wedwa
Ngifuna wena wedwa

Imidlinza yenhliziyo yami ifuna wena (ngifuna wena wedwa)
Kanti nothando lwani luhlale lubusa ngawe (ngifuna wena wedwa)
Mina ngeke ngikwaz ukuthanda omunye umuntu (ngifuna wena wedwa)
Darling ngifuna wena kuphela akekho omunye (ngifuna wena wedwa)

Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Sthandwa sami putsununu
Wena ulove wami putsununu
Konke engikudingayo kuwe kuphelele (dingayo phelele)
Uthando enginalo luhlula zonke lwandle (nginalo)

Adicionar à playlist Tamanho Cifra Imprimir Corrigir Enviar tradução

Comentários

Envie dúvidas, explicações e curiosidades sobre a letra

0 / 500

Faça parte  dessa comunidade 

Tire dúvidas sobre idiomas, interaja com outros fãs de Mduduzi Ncube e vá além da letra da música.

Conheça o Letras Academy

Enviar para a central de dúvidas?

Dúvidas enviadas podem receber respostas de professores e alunos da plataforma.

Fixe este conteúdo com a aula:

0 / 500

Posts relacionados Ver mais no Blog


Opções de seleção