Paris (feat. Lwa Ndlunkulu)
Mthandeni
kuya ngokuthi ungubani
uhamba izindawo ezinjani
uphila nabantu abanjani
upheth' istayela esinjani
kuya ngokuthi ungubani
uhamba izindawo ezinjani
uphila nabantu abanjani
upheth' istayela esinjani
ngangiy'thanda int'enhle
amandla nganginawo
ngifisa ukuyisa umuntu wami e-paris
ngiyomdlisa amahinyahinya
ngangiy'thanda int'enhle
amandla nganginawo nje
ngifisa ukuyisa umuntu wami e-paris
ngiyomdlisa amahinyahinya
iyey yeh
iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey
wen' umuntu wami, umuntu wami
futhi ngiyohlezi ngik'thanda
nomabethini, oh bethini, o bethini
wena umuntu wami, umuntu wami wedali
umuntu wami yeye, yeyeyi
ngabe ngik'thengel' isthuthuthu dali
ugijime ufike langakithi
manje anginalutho, ngizokukhandel' ingolovane
ngabe ngik'thengel' uswidi dali
ngik'qabule ngawo themba lami
manje anginalutho, ngizokugubhel' amatshe
abantu bathi uthando aluboni
kazi iyozala nkomoni
ngoba ekhethi indoda ingena mali
indoda ingena lutho
mali kanti ukhetha abanjani?
mali kanti uthanda abanjani?
ngoba mali ngiyasebenza
wena uqoma umlungu na kunami?
mali kanti uqoma abanjani?
mali kanti ufuna abanjani?
ngoba mali ngiyasebenza
wena ukheth' umlungu na kunami?
mali kanti uqoma abanjani?
mali kanti ukhetha abanjani?
ngoba mali ngiyasebenza
wena uqoma umlungu na kunami?
iyey yeh
iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey
wena umuntu wami, umuntu wami
iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey
wena umuntu wami, umuntu wami
futhi ngiyohlezi ngik'thanda
nomabethini, oh bethini, o bethini
wena umuntu wami, umuntu wami wedali
umuntu wami yeye, yeyeyi



Comentários
Envie dúvidas, explicações e curiosidades sobre a letra
Faça parte dessa comunidade
Tire dúvidas sobre idiomas, interaja com outros fãs de Mthandeni e vá além da letra da música.
Conheça o Letras AcademyConfira nosso guia de uso para deixar comentários.
Enviar para a central de dúvidas?
Dúvidas enviadas podem receber respostas de professores e alunos da plataforma.
Fixe este conteúdo com a aula: