Faça login para habilitar sua assinatura e dê adeus aos anúncios

Fazer login
exibições de letras 28

(Yeah you know it)

thabath' inhliziyo yami, yami
udlize ngothando lwethu emazweni
engathi ungahlal' useduze kwami
ngoba njalo uhlezi usemcabangweni
uma bethi likhiph' umkhovu etsheni basuke belinganisa ngothando lwethu (oh)
lushisa bhe, wen' owabon' ilanga ehlobo (oh)
wena unguy' engim'dingayo
impel' unguy' inhliziyo emkhethayo
laph' uthando lwakho lung'holela khona, mina ngizok'landela
ngoba unguy' engim'dingayo
impel' unguy' inhliziyo emkhethayo

ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena
ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena
ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam'
ungiphethe kahle, ntofontofo u-lovey

baby, asambe siyoshawa umoya lapha ngasolwandle
honey, belunjani usuku lakho ke namhlanje?
yizo lezi izinto encane ey'jabulis' umoya (moya)
bengingaz' ukuthi uyang'thanda
bengithi udlala ngami (bengithi udlala ngami)
haw' sek'yacaca awunaso isikhathi sokudlala (dlala)
aw'fune lutho ngami (aw'fune lutho ngami)
thando lwakho (oh thando)
lona lubanzi lujulile (lona lubanzi)
lona lubanzi lujulile (lujulile)

ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (olunje)
ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (olunje)
ungiphethe kahle (phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam' (baby)
ungiphethe kahle (ungiphethe kahle), ntofontofo u-lovey (yeah)
ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando olunjena)
ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando olunje)
ungiphethe kahle (olunje), ungiphethe kahle umuntu wam' (oh thando)
ungiphethe kahle (oh woah-woah), ntofontofo u-lovey (whoah)

Adicionar à playlist Tamanho Cifra Imprimir Corrigir Enviar tradução

Comentários

Envie dúvidas, explicações e curiosidades sobre a letra

0 / 500

Faça parte  dessa comunidade 

Tire dúvidas sobre idiomas, interaja com outros fãs de Nomfundo Moh e vá além da letra da música.

Conheça o Letras Academy

Enviar para a central de dúvidas?

Dúvidas enviadas podem receber respostas de professores e alunos da plataforma.

Fixe este conteúdo com a aula:

0 / 500

Posts relacionados Ver mais no Blog


Opções de seleção