Majita asvul'amehlo
Nal'ibali ibal'elifishan'
Khal'ifoni mina ngihleli nawe
Athi amajita syeclubini manje
Kodwa please ngingahambi nawe

Once agani mele ngikushiy'uwedwa
Fike eclubini kugcwel'ingane
Angaz' kanjani vele ngakhohlwa ngawe
Oh sthandwa sami
Khulum'iqiniso laphana kudlalwe ngami

Lengane ziscreama zifun'ukuhamba nami
Ngakhaphi card mina ngaswap manje
Oh lonk'ihola lami
Kant endlini mina baby kanggrosanga
Ngik'shiw'uwedwa

Ubulaw'umzwangedwa
Endlin'ubuwedwa
Amakhaz'akundl'uwedwa
Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Namhlanj' awusekho

Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Namhlanj' awusekho

I never should have left you oh
I never should have left you oh
I never should have left you oh
Namhlan'awusekho

Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Namhlanj'awusekho

Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Namhlanj'awusekho

Kunezinkinga ziningi emhlabeni, kwazise wembeswe ngameva
Kuyofik'isikhathi layozithola suthanda ngokweqiniso
Ngayo yonk'inhliziyo

Kubayinkinga ke uma leyonhliziyo ibhekane nomuntu ongazi kuthi inikwa kanjani injabulo
Ngish'ukuthi kubuhlungu ukuthand'umuntu bese kumel'umfundise ukuthi kumele akuthande kanjani
Kubuhlungu ukuphindaphindana nenteyodwa ngoba lokho sekuyafana kuthi uwen'islima

Usuyokhala ke uzibone kuwen'umuntu omubi
Usuyomncenga ke lokhumchazel'izinto ezisobala
Umuntu mayekuthanda ngeke umfundise uzokuthanda

Kodwake wen'uzobe usezicathulweni zami kungekudala
Kungekudala uyohlula nanokulala ucabanga lamagama
Uyofis'ukubuyel'emuva

Amehlakho asevulekile sekucacile ukuthi uthando lweqiniso ulishiyemuva
Ngelinyilanga uyongikhumbula sekungekho ukubuyel'emuva
Ngoba ngaphandle bayahlukumezana, izinkinga abasazixazululi bayaphindiselana

Futhi ngifisengathi ungathol'umuntu oyomthanda
Umuntu mawumthanda ke uzokwenza njengoba wenza kimi
Imizwa yakho uyoyihlaza

Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Namhlanj' awusekho

Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Impil'imile sthandwa sami
Namhlanj' awusekho

I never should have left you oh
I never should have left you oh
I never should have left you oh
Namhlan'awusekho

Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Namhlanj'awusekho

Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Awusekho (awusekho)
Namhlanj'awusekho


Comentários

Envie dúvidas, explicações e curiosidades sobre a letra

0 / 500

Faça parte  dessa comunidade 

Tire dúvidas sobre idiomas, interaja com outros fãs de Mlindo The Vocalist e vá além da letra da música.

Conheça o Letras Academy

Enviar para a central de dúvidas?

Dúvidas enviadas podem receber respostas de professores e alunos da plataforma.

Fixe este conteúdo com a aula:

0 / 500

Opções de seleção